iqwaningi umuthi wenzani?

Iqwaningi umuthi lomuthi uthaka izimpande wo lapho ufuna ukwenza imbiza yokukhulelwa or yokukhulelisa , uyachatha kabili ngeviki.

ukuphupha iqwaningi

Amaphupho ngomuthi iqwaningi , kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi iqwaningi ? ukuphupha umuthi iqwaningi ngabe kuchazani? kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?
Mhlwazimamba isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuthandeka, uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wenhlanhla yemali.
Uvungulomoya isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? LLomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisikhafulo, ukubuyisa okuntshontshiwe. Ukubuyisa isikweletu. Uyaphindisa kumthakathi. Uyangena ekucaciseni or ekuvuleni izinto, uyafutha, uyageza, uyaphalaza.
Zifunele / uyifunele isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wenhlanhla, umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yogazi nokuthandeka. usetshenziswa emithini yokulumba ingxeba lomuntu nelemfuyo, usetshenziswa emithini yokuphindisa. Umuthi uyageza, uyaphalaza ngawo.

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?